Umphakathi utitinye umbulali ngenduku ngaphambi kokumnikela emaphoyiseni

2016-11-04 18:00

Pretoria - Amaphoyisa athole lo mlisa esemebokoboko ngemuva kokudaxabulwa umphakathi wasePretoria West.

Okhulumela amaphoyisa uKaputeni Augustinah Selepe uthe lo mlisa ubesesimweni esibucayi kakhulu.

Kuthiwa lo mlisa udubule wabulala isakhamuzi sasemijondolo i-Itireleng uNenzhelele Lutendo.

OLUNYE UDABA:Umphakathi uthungele ngomlilo osolwa ngokuba yisigelekeqe

Umphakathi uthe: "uLuthendo, 34, ubesekhaya bexabana nomsolwa, umsolwa udonse isibhamu wadubula uLutendo amahlandla amathathu.

Umphakathi uphuthumisa uLutendo esibhedlela kodwa ngeshwa washonela khona.

Ngemuva kokuthola ukuthi uLutendo ushonile, umphakathi ugasele endlini yomsolwa lapho bafike bamshaya khona ngaphambi kokumhambisa emaphoyiseni.

Naye uphuthunyiswe esibhedlela lapho ahlengwa khona eqashwe amaphoyisa, kubika iRekordmoot.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.