Umphakathi uxoshe umfundisi ngokuhambisa inkonzo ezikoleni

2016-08-17 11:31

Eastern Cape - Umphakathi waseZimbane e-Eastern Cape uxoshe umfundisi uPhikolomzi Mafanya endaweni ngoba bethi ubebamba inkonzo emahholo ezikole ngaphandle kokucela imvume.

Lo mfundisi ozibiza ngomphrofethi webandla iBridge to Heaven Ministry usebenimyaka emihlanu kule ndawo, kanti manje kuthiwa uvele wagxumeka umkhukhu wakhe enkundleni yezemidlalo.

OLUNYE UDABA:"Umfundisi akamzali umfundisi" ukushaqeka kuboshwa ekamfundisi

Ngesonto eledlule lo mphakathi wathathela enkantolo ukuze kuphoqwe lo mfundisi ukuthi adilize lo mkhukhu wakhe,kubika iDaily SUN.

U-Onke Nyathi okhulumela umphakathi uthe sebekhathele ukuhlukunyezwa ilo mfundisi.

“Uma simkhuza ngezinto azenzayo, uvele asisabise ngembuzi yakhe emnyama engenalo ikhanda elifaka amaqhwayiqhwayi abomvu.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.