Umphakathi uzibambele umthetho ngezandla wabulala ababili

2016-07-19 19:00

Cape Town – Izigameko ezimbili ezibandakanya umphakathi uzibambela umthetho ngezandla seziphethe ngokushona kwabantu ababili elokishini eliseStellenbosch.

Esigamekweni sakamuva, kutholakale owesilisa eshonile eKayamandi enamanxeba umzimba wonke, kubika i-Eyewitness News.

Ukubulawa kwale ndoda kuza ngemuva kokuhlaselwa kwamabhungu amabili atalajwe kanzima phambi kwenxanxathela yezitolo kuyona leya ndawo.

OLUNYE UDABA: Umphakathi ubulale osolwa ngokubamba inkunzi

Omunye wala mabhungu ushonele esibhedlela ngokuhamba kwesikhathi.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Frederick van Wyk uthe sekuboshwe abasolwa abathathu ngesigameko sokuqala.

“Uphenyo lwethu luholele ekuboshweni kwabasolwa abathathu kanti bazobekwa icala lokubulala nelokuzama ukubulala.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.