Umphakathi waseNdlangubo uyaqhubeka nokubhikishela ugesi

2018-04-24 16:01

eThekwini - Uyaqhubeka umbhikisho womphakathi waseNdlangubo ovele wavala ibhulohwe u-P230 elixhumanisa iMpangeni neShowe ngoMsombuluo ekuseni.

Lo mphakathi ukhala ngokungabi nawo ugesi kanye nohulumeni anwabulukayo ekubaletheleni izidingo.

Lo mphakathi usebenzise izingodo ezinkulu zezihlahla ukuvala leli bhulohwe, nokuyinto eshiye abashayeli bezimoto bengenayo indlela yokudlula.

Ngokubika kwephephandaba iZululand Observer, lo mphakathi ukhala ngokungabi namanzi ahlanzekile njengoba besebenzisa amanzi asemfuleni uMhlathuze nokungumfula obuye usetshenziswe yimfuyo yabo.

OLUNYE UDABA: IZITHOMBE:Kuhlengwe inyoka, amachwane ayo kanye namaqanda eThekwini

Amalungu alo mphakathi afuna nokuthi uMasipala waseMlalazi acubungule udaba lokwandiswa kwezikole kule ndawo njengoba kuthiwa izingane zihamba amabanga amade uma ziya ezikoleni.

Okhulumela lo masipala, uMkhuseli Buthelezi, uthe kwaxoxiswana nomphakathi ngezikhalazo zawo emasontweni amabili adlule ngesikhathi kunemibhikisho.

"Ngesikhathi kunemibhikisho kwaba nomhlangano nabakwa-Eskom kanye noMasipala wesifunda iKing Cetshwayo District, okunguwona obhekelele udaba lwamanzi.

"Kulo mhlangano kwaxoxiswana ngenqubekelaphambili ngezikhalazo zomphakathi," kusho uButhelezi.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.