Umphathi kaJali uchitha imibiko yokuthi uzobuyela ku-PSL

2017-05-24 14:01

Cape Town – Umphathi wezindaba zomdlali owayegijima esiswini ku-Orlando Pirates, u-Andile Jali, nokunguPaschalis Tountouris, usekuqinisekisile ukuthi lo mdlali oneminyaka engu-27 ubudala angeke aze abuyele kuPSL yize noma ekhuhla ibhentshi kwi-KV Oostende yaseBelgium.

Ngokombiko we-website i-voetbalnieuws.be, uTountouris uthe lo mdlali wasesiswini uzoqhubeka ahlale kule kilabhu yaseBelgium kuze kube unyaka ka-2018.

OLUNYE UDABA: ISundowns iqinisekise eyokuvuselelwa kwenkontileka yesethenjwa

“Usebe nesizini enzima kanti ubukelwa phansi futhi uthathwa kancane, kodwa-ke, i-Oostende ikhethe indlela kuze kube maphakathi kuka-2018,” kusho uTountouris.

“UJali useyawukhumbula umdlalo ngoba usadlale kancane, kodwa uyabona emidlalweni yakamuva yama-play-off ukuthi unokuningiakwenzayo okusezingeni eliphezulu.

“Sicabanga ukuthi sekuyisikhathi sokuqhubekela phambili futhi siphezu kwesixazululo. Ukubuyela eNingizimu Afrika? Lawo mahlebezi akumele akholakale ngoba uneminyaka engu-27 ubudala futhi useneminye iminyaka eminingi ezayo.”

I-website yeSoccer Laduma idalule ukuthi uJali usedonse amehlo ezinkunzi zePremeirship iMamelodi Sundowns yize noma kubukeka sengathi umphathi wakhe uzama ngayo yonke indlela ukuthi amgcine edlala e-Europe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.