"Umphathi uthe 'ngimkhothe induku' ukuze ngisheshe ngishayise"

2016-08-03 13:30

America - Owesimame urekhode umphathi wakhe emtshela ukuthi akamuncele induku uma efuna ukushayisa ngaphambi kwesikhathi sokuphuma emsebenzini.

UMakana Milho, 21, uthi umphathi wakhe uHarold Villanueva Jr, wamncinza izinqa ngesikhathi eqashelwe ukwenza umsebenzi womphakathi izinsuku eziyisithupha.

OLUNYE UDABA:'Induku' ibhajwe kwisipanela 'kudlalwa' izithandani zizitika ngocansi

Umsebenzi wakhe bekungukuhlanzisisa izindlu zangasese, uthe bendleleni belibangise kwenye indawo yokusebenzela, lo mphathi wamhambisa epaki emcela izinsiza zezocansi.

Kule rekhodi efakwe ilentokazi enkundleni u-Facebook, uHarold uzwakala ethi angashayela umngani wakhe ucingo ukuba abaphathele ijazi lomkhwenyana, kubika iDaily Star.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.