Umqondisi we-Pick n Pay uthi bayaxolisa kakhulu ngokuhlambalazwa kukagogo

2016-04-26 14:35

Mitchells Plain – Izikhalazo mayelana nogogo okhale waze waziginqa phansi exolisela umzuluku ngokuphula ushokoledi ePick n Pay kwenze ukuthi lesi sitolo siyiphakamele ngokushesha le ndaba.

U-Iris Beukes, 59, uze waquleka ngendla yokuthuka ngemuva kokuthi imenenja yesitolo imthembise ukuthi izombophisa ngalokhu okwenziwe umzukulu uma engawukhokheli ushokoledi.

"Kumele isimo usibhekisise kahle ngoba ingane encane ethintekayo lapha. Ngifisa sengathi imenenja yenza ngenye indlela futhi ibingakhokha kwayona,” kusho umqondisi walesi sitole uJonathan Ackerman 

 OLUNYE UDABA:Ugogo uze waguqa ngamadolo exolisela umzukulu ophule ushokoledi esitolo

Imenenja yaphuma yabona ukuthi ugogo akaphathekile kahle ngempal. Siyavuma ukuthi akazange asiphathe ngendlela lesi simo.

“Iphutha lakhe libe sekutheni acele ugogo ukuba akhokhele ushokoledi ophukile. Ngabe akakwenzanga lokho, kodwa-ke lesi simo sibhebhethekiswe wukuthi siphumele ezinkundleni zokuxhumana kwaba indaba enkulu kakhulu,” kusho u-Ackerman.

Lesi sitolo sizonikeza lomama usizo lokwelulekwa ngokwengqondo ukuze akwazi ukudlulisa lokhu okwenzekile, kubika iTimeslive.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.