UMr Lonely Guy waseMolweni uthi udinga intombi

2016-05-17 16:04

Durban – Owesilisa ozibize ngelikaMr Lonely Guy emsakazweni iVuma FM uveze ukuthi udinga umuntu wesifazane azothandana naye, kube ngumuntu o-serious.

USize Zondi, 29, waseMolweni, KwaZulu-Natal, ubekhuluma nomshayeli wohlelo uLucky Sefatsa.

“Ngidinga umuntu ozongithanda impilo yami yonke. Ngike ngazama ukuthandana nabantu bangala ngasekhaya kepha ngahluleka ngenxa yokuthi bacwile kakhulu ophuzweni oludakayo

UZondi uthi ubamba amatoho, ungumuntu ozithandayo, ongazwani nezinto ezingasile futhi uthanda kakhulu ezemidlalo.

“Mina angiphuzi, ngiyakholwa. Nokho anginankinga nomuntu ophuzayo, uma nje engenazo izimfihlo.”

OLUNYE UDABA: Ufuna umaqondana othi usekhathele ukuba umakhwapheni

Uthi udinga umuntu oziphethe kahle.

Le nsizwa ithi isihlale iminyaka emine ingathandani namuntu ngoba ibimatasa nomsebenzi nesikole.

“Abantu bazitshela ngami isikhathi esiningi, abazazi ukuthi bafunani empilweni. Ngifuna umuntu engizomshada, onenqubekelaphambili.”

Uthi uma eseyitholile intombi uzoyikhiphela eWatercrest Mall noma ePavillion.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.