UMr Magic nemizamo yokubuyela oKhozini FM

2018-02-04 11:02

Durban – Uyiqala phansi impi yokubuyiselwa oKhozini FM uLinda “Mr Magic” Sibiya, ubudlelwane bakhe nalo msakazo obuphele kabuhlungu njengoba wakhonjwa indlela.

Ekhuluma ngokudinwa neLANGA LangeSonto ngoLwesihlanu uthe: “Ngifuna umbhobho wami back.

Lo msakazi oseneminyaka emine waxoshwa kulo msakazo ukhala ngokuthi abenziwanga ubulungiswa ngesikhathi exoshwa.

Uthi usethule isikhathi eside kodwa manje sekuyisikhathi kodwa manje sekuyisikhathi sokuba alwele umbhobho wakhe aphucwa wona.

OLUNYE UDABA: Usikhokhe sekukubi isikweletu uLinda Sibiya - Umbiko

“Sengikhulile manje ngiyindoda, ngakho-ke sekuyisikhathi sokuba ngifune izimpendulo mayelana nokuxoshwa kwami,” kubhoka uMr Magic.

Usola ukuthi ukuxoshwa kwakhe akukhona nje ukuthi yingoba wayonile kodwa wayeboshelwe amanqina enyathi.

“Angikaze ngithuke mlaleli, angikaze ngintshontshe imali yoKhozi, angikaze ngicekele phansi isithunzi soKhozi futhi angikaze ngibe necala kodwa bavele bangixoshela into engahlangani nomsakazo,” kuqhuba yena.

Thola udaba oluphelele ephephandabeni i-LANGA LangeSonto.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.