Umrepha ubusiswe ngengane yentombazane

2016-07-18 14:30

Johannesburg – Umrepha wakuleli osemncane uLection ubabele enkundleni yezokuxhumana u-Instagram wamemezela ukuzalwa kwendodakazi yakhe ebelethwe ngoMgqibelo.

"Ngibusiswe ngengane yentombazane ngo-14:08, usuku oluhle lokuzalwa Bonolo,” kuloba lo mrepha.

OLUNYE UDABA: Umrepha ubusiswe ngengane yesikhombisa

Lo mrepha, ogama lakhe langempela nguThebe Jairus Solomon Lekhonkhobe, uveze ukuthi kuyamthokozisa ukuthi ingane yakhe izalwe ngenyanga eyodwa nomengameli ongasekho emhlabeni uNelson Mandela.

Umrepha u-HHP ube ngomunye wabokuqala ukuhalalisela uzakwabo nomngani ngalesi sibusiso, kubika iTimes Live.

ULection ube esebonga abalandeli ngemiyalezo emnandi abamthumelele yona.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.