Johannesburg - Omunye wabaculi bakuleli weHip hop, uGigi Lamayne, usefake enkundleni yezokuxhumana, i-Instagram, isithombe semoto asanda kuyithengela umama wakhe kanti ngokwakhe uthi “lokhu kuseyisiqalo nje”.OLUNYE UDABA: Sigxekwe kabi isenzo somsakazi woKhozi ehlambalaza umculi“Ukuba ngumama ongayedwana kwakunzima, ngiyazi…sekube yizinyanga ezimbalwa selokhu ngakutholela yona futhi sengivele ngizama ukufaka ama-rims amasha kuyona endaweni yokwakha,” kusho lo mrepha, engeza ngokuthi uzoqinisekisa ukuthi umama wakhe ukuthola konke.“Ukuqina kwakho kukhona konke osudlule kukhona kuyakhuthaza. Ngicabanga ukuthi ufanelwe yisiphetho esiyinjabulo ngaso sonke isikhathi. Ngizozincisha mina ukuqinisekisa ukuthi unakho konke.”Funda umyalezo ophelele kaGigi Lamayne ngezansi: It's not amazing mama. But it's the beginning. Being a single mother was hard, I know... it's been a few months since I got it for you and I'm already trying to put new rims on it at the workshop. You sold "amasonja" and used the money for it to buy clothes and pay fees as a kid. Your grandma did an amazing job ntokazi. Your strength through all you've been is inspiring. I think you deserve a happy ever after. I'll deprive myself to make sure you have it all... I love you MaNgwenya @sarah_lamayne ?? p.s. she's a nurse. #BaragwanathNightShift #blackgirlmagic #blackgirlsrock #Im20A photo posted by Gigi LaMayne (@gigi_lamayne) on Jan 24, 2017 at 2:34am PST