Umsakazi uthi walaxaza isiteshi ngoba bengafuni ukuhoxisa "amanga"

2016-07-11 17:31

Johannesburg - Lo msakazi uthi washiya ngenxa yokuthi iSABC yanqaba ukuhoxisa amahlebezi okuthi wamiswa emsebenzini ngaphambilini ngoba engafuni ukumemezela igama lenkampani yezimoto eyayifuna ukukhangisa ohlelweni lwakhe.

Ngaphambilini kwathiwa uTbo Touch wanqaba ukufunda isikhangiso se-Hyundai nokuyinto eyadala ukuba iSABC ilahlekelwe izigidi ezingu-R 15 miliyoni zokukhangisa.

OLUNYE UDABA:UTbo Touch ugxeka iphephandaba ngokushicilela amanga

“Iqiniso libalulekile. Uma bengingenakho ukuzethemba bengingeke ngisule esikhundleni sokuba umsakazi wohlelo oluhamba phambili kuleli ngabalaleli abangaphezu kuka-1.1 miliyoni kulolu hlelo,”kusho yena.

Yize kunjalo uthe akananxa nomphathi womsebenzi uHlaudi Motsoenengo ngoba uyena owayecabangela labo abangaqashiwe ngokuphelele ekhulisa nezinkontileka zabo, kubika iTimeslive.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.