Umsakazi uzivumele ngokwakhe ukuthi usenesoka elisha

2016-07-03 11:02

Johannesburg - Umsakazi wePower FM uSammy Sosa Lehoko uzivumele ngokwakhe ukuthi usemtholile umaqondana, okuyisoka lakhe elisha uDeetoy Ramokhoase, waseSebokeng.

ULehoko kuthiwa usehlezi efaka izithombe zakhe nesinqandamathe sakhe esisha ku-Instagram, ziphelezelwa yimiyalezo ejulile yothando.

"Bayathanda futhi uSammy ujabule. Kucacele ngisho ingane encane ukuthi izinto zimhambela kahle kwezothando," kusho umthombo.

OLUNYE UDABA: 'Owayengoka'Yeye' usezitholele uthando olusha'

Ethintwa uLehoko uvumile ukuthi uthandana noRamokhoase.

"Yebo, siyathandana. Ngihlale iminyaka emibili yonke ngingenalo isoka, kubalulekile ukuthi ngingafihli uma sengithole uthando," ezikhulumela.

URamokhoase akatholakalanga ukuba aphawule.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.