Umsakazi we-Vuma FM ukhwele wadilika kuHlengiwe Mhlaba ethi akagqoki kahle

2017-05-21 13:30

Durban - Ukhwele wadilika kumculi wowokholo umsakazi wohlelo lwasekuseni kuVuma FM uZandile Dladla.

Lokhu kwenzeke ohlelweni lwangoLwesine ekuseni ngesikhathi lo msakazi eqale ingxoxo mayelana nokugqoka kahle ubukeke.

Yize iqale kahle ingxoxo izwakale isishintsha ngesikhathi lomsakazi esegceka umculi umculi uHlengiwe Mhlaba agqoka ngayo.

OLUNYE UDABA:Asikhuleke ukuthi kugane uRebecca noHlengiwe

Abalaleli balo msakazo babe nenkulumo-mpikiswano mayelana nale ngxoxo babodwa abebeseka uDladla bethi kudingeka isiguqo ukuze ashintshe lo mculi afunde indlela yokugqoka.

Lokhu, akwehlanga kahle kubalandeli balo mculi abazwanakile ukudinwa.

Ngesikhathi iphephandaba iSunday Sun lizama ukuxhumana nalo mculi, uthe akukho angakuphawula ngalokhu.

Umxhumanisi walesi siteshi nabezindaba uTony Mallam uthe ubengazi ngale nkulumo mpikiswano wasecela leli phephandaba ukuba limthumele imeyili kodwa wagcina engaphendulanga.

UDladla yena uvele waluvala ucingo lwakhe ngesikhathi izintatheli zizama ukukhuluma ngalolu daba.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.