Umshayeli uphume wabaleka kusha ibhasi ebelithwele izingane

2017-03-24 12:30

Pretoria – Umshayeli uphume wabaleka ebhasini ebelithwele izingane zesikole ngesikhathi kuqubuka umlilo, washiya izingane ezingu-26 phakathi.

Ibhasi libe seliqhubeka nokuzihambela, lishayisa izigxobo zezimpawu zomgwaqo ngaphambi kokuba lishayise udonga lothango lomuzi.

Owesilisa ubethwele izingane – ezineminyaka ephakathi kwemihlanu nengu-12 ubudala – ubephuma kozilanda ezikoleni ezahlukene ePitoli ngesikhathi sengozi eyenzeke ngezithuba zabo-14:00 ngoLwesine.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe umsolwa ngokubulawa kwephoyisa eFolweni

“Kuthiwa kuqubuke umlilo ebhasini, umshayeli waphuma lihamba, eshiya izingane phakathi,” kusho uXander Loubser, okhulumela iBest Care Ambulance Services.

Uthe izingane ezingu-16, kanye nomshayeli , bathole ukulimala okungatheni kanti bangeniswe ezibhedlela ezahlukene.

ULoubser uthe akushonanga muntu kulesi sigameko.

Bekungakacaci ukuthi ngabe umshayeli uzothweswa yini icala.

 - Pretoria News

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.