Umshayeli ushiye itekisi nabagebeli ebona amaphoyisa

2016-06-30 14:29

Cape Town – Umshayeli wetekisi ushiye itekisi kanye nabagibeli ebalekela amaphoyisa ngesikhathi kunezivumbagwaqo ku-N2 eKapa ngoLwesine ekuseni.

Itekisi kudingeke idonswe isuswe lapho ishiywe khona ngumshayeli phakathi kukaJan Smuts noRaapenberg Road, lapho amaphoyisa abevimbe khona phakathi kwehora lesikhombisa kuya ku-09:30.

Funda nalolu daba: Osebenza emakhishini uthi uxoshelwe ukweba i-tea bag

Amaphoyisa athi akuqali ngaye lo mshayeli ukuba abaleke ashiye imoto yakhe.

Ilungu lekomidi lezokuphephea u-JP Smith uthe ukuvinjwa kwezimoto kungenzeka ukuba kuyabacasula abanye abantu ngokubambezeleka emgwaqeni, kodwa yikhona okusizayo ukuthola labo abahlulekayo ukukhokha izinhlawulo.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.