Umshayeli we-Audi A4 wathi "kubi" kwisisulu esiphuca imali kwi-ATM

2016-07-11 12:33

Brimscombe - Iboshelwe icala lokuphanga indoda eshayela unyanyavu lwemoto yohlobo lwe-Audi ngemuva kwezinsolo zokubamba inkunzi owesifazane kwi-ATM, kusho amaphoyisa ase-United Kingdom.

Amaphoyisa aseBrimscombe athe abophe indoda eneminyaka engu-45 ubudala ngemuva kokuba itshele lo wesifazane ukuthi "kubi" ngaphambi kokumephuca imali yashaya yachitha ngemoto yayo.

OLUNYE UDABA: Bagcwele izinkalo ababaleke nemali ebikwi-ATM

Ngokusho kophenyo lwamaphoyisa isisulu esineminyaka engu-25 ubudala sasikhipha imali kwi-ATM eBrimscombe Post Office kuLondon Road ngezithuba zabo-12:00 ngoLwesine.

Lo wesifazane watshelwa wumsolwa ukuthi "kuyabhimba" wase emephuca imali nesikhwama wabaleka wangena emotweni yakhe yohlobo lwe-Audi A4 wahamba.

Le ndoda ibhejkene necala lokuphanga, kubika iWWWW.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter            

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.