Umshayeli wetekisi ushayise iphoyisa lomgwaqo lizama ukumvimba

2016-11-16 13:33

Cape Town - Uboshiwe umshayeli wetekisi kulandela ukushaya iphoyisa lomgwaqo ebelizama ukummisa.

Leli phoyisa lilimale kabi ekhanda kulandela lesi sigameko kwaze kwadingeka ukuba liphuthunyiswe esibhedlela.

Okhulumela amaphoyisa omgwaqo kumasipala wedolobha laseKapa uMaxine Jordaan uthe leli phoyisa belisebenzela kuBellrail Road ngesikhathi lihlaselwa.

OLUNYE UDABA:Kusolwa umshayeli wetekisi ngengozi yaseMpangeni

Iphoyisa limise umshayeli owenze sengathi uyama kodwa wabuye wanyathela amafutha washayisa leli phoyisa.

Lo mshayeli ulishiye lapho leli phoyisa waqhubeka nendlela yakhe.

Leli phoyisa libize ozakwabo ukuba bajahe leli tekisi nokuyilapho ebanjwe khona lo mshayeli.

Ubekwe icala lokuzama ukubulala kanye nokushayela budedengu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.