Umsizi kamqeqeshi uchitha amahlebenzi okudayiswa kweqembu

2017-06-28 14:00

Johannesburg - Umsizi kamqeqeshi weFree State Stars, uDavid Vilakazi, usephebeze amahlebezi athi iqembu liyadayiswa futhi, ikakhulukazi ngemuva kwalokho okwenzeka ngonyaka odlule ngesikhathi kuthiwa lidayiselwa iMoroka Swallows.

"Akekho owayefuna ukuthenga iFree State Stars [ngesizini edlule]. Kwakungamahlebenzi nje,” kusho uVilakazi etshela iKickOff.com.

“Uyazi, amahlebenzi kuyohlale kungamahlebezi nje – abantu basakhumbula ukuthi kwenzakalani ngaphambi kokuqala kwesizini edlule - ngesikhathi kuthiwa iqembu selidayisiwe. Ayikhoi into enjalo, sesibheke ukuqala kwesizini entsha nje manje.”

Khonamanjalo, uVilakazi uthi iBokone Bophirima Maize Cup, ezodlalwa ngomhlaka-15 Julayi eJames Motlatsi Stadium e-Orkney, izoba yithuba elihle lokuba umqeqeshi omusha ahlole abadlali bakhe kulandela ukuhamba kukaSerame Letsoaka.

OLUNYE UDABA: IDowns ezingxoxweni nabadlali efuna ukubagcina

“Le nkomishi izosinikeza ithuba lokudlala nabantu esisesigabeni sinye nabo futhi izosikhombisa nezinga esikulona ngokomdlalo.

“Sethemba ukuthi uma sifinyelela kowamanqamu, umqeqeshi uzophinde akwazi ukusebenzisa nabanye abadlali.”

IKaizer Chiefs, Platinum Stars neTownship Rollers bazoba yingxenye yalo mqhudelwano weMaize Cup.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.