Umsolwa udubule omunye "ngephutha" kuphangwa eKZN

2016-07-11 10:03

Durban - Kuboshwe abasolwa ababili ngemuva kokugqekeza emzini womuntu eMooi River KwaZulu-Natal ngoMgqibelo ebusuku, kusho amaphoyisa.

Oyedwa wala basolwa udubule omunye ngephutha.

La madoda womabili oneminyaka engu-28 ubudala noneminyaka engu-40 ubudala kusolwa ukuthi angene emzini womuntu oseMooi River alimaza izithandani esezikhulile ezimneminyaka engu-72 ubudala zombili ngezinduku zegalofu zifuna imali kuzo.

OLUNYE UDABA: Udutshulwe ekhanda unogada kuphangwa eKZN

"Lezi zithandani zabezwa abasolwa bengena emzini wazo. Umnikazi wendlu wase edubula kabili," kusho amaphoyisa.

Ngemuva kwesikhashana abasolwa babaleka endaweni yesigameko nesibhamu somnikazi womuzi kdwa baboshwa ngemuva kwesikhashana.

"Njengama nje kuphenya isigameko sokudutshulwa komsolwa oyedwa.

"Umsolwa olimele kusolwa ukuthi udutshulwe ngomunye umsolwa ngephutha.

"Uphenyo luyaqhubeka," kusho amaphoyisa, kubika iSowetanlive.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter            

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.