Umsolwa uzilengise ngentambo yesigqoko sejakhethi esitokisini

2017-02-01 13:02

Johannebsurg - Umsolwa okukholaklaa ukuthi uneminyaka engu-37 ubudala uzilengise esitokisini seNkantolo yeMantshi yaseKrugersdorp, e-West Rand.

Okhulumela amaphoyisa aseKrugersdorp uSergeant Tshepiso Mashale uthe umsolwa uzilengisile ngemuva kokuvela ngaphambi kwemantshi ngoLwesibili, kubika abezindaba zeKrugersdorp News.

OLUNYE UDABA: Umsolwa usola iphoyisa ngokumdlwengula esitokisini

Icala lalo msolwa ozibulele liphinde lahlehliswa kanti ubezogcinwa esitokisini aze aphinde avele enkantolo.

"Kusolwa ukuthi lo msolwa, 37, uzilengise ngentambo yesigqoko sejakhethi," kusho uMashale.

Umsolwa ubesanda kuboshelwa ukucekela phansi impahla nodlame lwasekhaya. Ngaphambilini wavela kafushane enkantolo, icala lakhe lahlehliselwa umhlaka-31 Januwari.

Le ndoda ihlonzwe njengeshonile endaweni yesigameko. Kuvulwe idokodo ngokufa komuntu.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.