'Umthetho kumele udlale indima yawo' ngoPistorius - kusho umndeni wakwaSteenkamp

2017-11-03 11:01

Bloemfontein – Umndeni kaReeva Steenkamp uphawule ngoLwesihlanu ekuseni wathi uyakholelwa ukuthi umthetho uzodlala indima yawo njengoba kuphikiswa isigwebo sika-Oscar Pistorius.

Lo mndeni ubukhuluma ngemuva kokutheleka eNkantolo yokuDluliswa kwamaCala eBloemfontein lapho uMbuso uzofaka khona izethulo zokuthi kunyuswe isigwebo seminyaka eyisithupha esanikezwa uPistorius ngokubulala uReeva. 

UTanya Koen, ekhulumela umama kaReeva, uJune, uthe: "Umndeni uyaweseka uMbuso kanti umthetho kumele udlale indawo yawo - kanti okwenzekayo namhlanje ekuseni kuyingxenye yomthetho.

OLUNYE UDABA: Singase selulwe isigwebo sowayengumsubathi kuleli

"Umndeni ugxile kakhulu ekuqhubekeni namagalelo kaReeva, ngokusungula nokusebenza ngaphansi kweReeva Rebecca Steenkamp Foundation."

Ngemuva kokunikeza abezindaba isitatimende esifushane, uKoen uthe umndeni akukho okunye ongakusho mayelana nalolu daba.

Umndeni ufike ngo-08:00 enkantolo ngoLwesihlanu.

UMbuso kulindeleke ukuba unekele inkantolo ukuthi isigwebo seminyaka eyisithupha esatholwa nguPistorius asilingani necala alenza futhi sifana nokushaywa ngoswazi oluncane.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.