UMugabe ezingxoxweni zokwehla esikhundleni

2017-11-19 11:02

Harare – Kubikwa ukuthi uMengameli waseZimbabwe uRobert Mugabe uzoba nomnhlangano nombutho wezwe namuhla (ngeSonto).

Lokhu kulandela imashi yezinkulungwane zabantu baseZimbabwe ngoMgqibelo besho ngazwi linye ukuba uMugabe akehle kulesi sikhunda asesiphathi cishe iminyake engu-40.

AbeNews24 bathole ukuthi uFather Fidelis Mukonori, ongusihlalo wethimba likaMugabe kulezi zingxoxo ukuqinisekisile ukuthi lo Mengameli uzoba nomhlangano wesibili nobuholi bombutho.

Amanye amalungu aleli thimba yiBamba loMqondisi wezoBunhloli u-Aaron Nhepera kanye noSomlomo kaMengameli George Charamba.

OLUNYE UDABA:Uma eba nenkani uMugabe, koshaya iSonto sesimxoshile' -Zanu-PF

Lo mhlangano ulandela umbiko wangoLwesihlanu lapho amalungu eqembu elibusayo aveza ukuthi uMugabe bazomxosha uma kushaya iSonto enenkani noma engafuni ukwehla esikhundleni.

Ngokombiko weReuters, ilungu elikhulu leZanu-PF lithe limfuna engasekho lo mholi kanti futhi bahlela ukuba bamxoshe ngeSonto.

"Uma enenkani, sizohlela ukuthi axoshwe ngeSonto, ngemuva kwalokho sizoba nevoti lokumketula ngoLwesibile," kusho umthombo waleli phephandaba.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.