UMugabe uthe abantu abangajahi, ngeke afe manje

2016-04-08 10:01

Harare – UMengameli waseZimbabwe, uRobert Mugabe, usole labo abagaqele isikhundla sakhe ngokumfisela ukuthi ashone, wabe esenxenxa abalandeli beZanu-PF ukuba babumbane.

Uthe abalandeli beqembu elibusayo akumele bavumele izitha zakwamanye amazwe zicekele phansi iZimbabwe.

UMugabe, 92, solokhu aphatha izwe kusukela lithola uzimelegeqe ngo-1980, wathi umuntu uzongena esikhundleni sakhe kuzomele kube ngumuntu ovotelwe ngabantu.

OLUNYE UDABA: Umengameli Robert Mugabe kuthiwa uyazifela ngoZahara

Uqhubeke wagxeka abezindaba abahlezi besabalalisa amahlebezi okuthi ugulela ukufa njalo uma eyolashwa phesheya kwezilwandle.

"Angikakafi manje, ningangijahi. Ngiphethe ngentando yabantu, uma bengasangifuni futhi ngizoshenxa esikhundleni,” kusho uMugabe enkundleni yezemidlalo eHarare.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.