UMugabe uzojezisa amasosha agxeke ubuholi bakhe

2016-07-28 10:01

Harare – UMengameli waseZimbabwe uRobert Mugabe ngoLwesithathu uthe uzowafuna aze awathole amasosha omzabalazo agxeke iminyaka engu-36 yokubusa kwakhe.

Eseceleni komkhe uGrace, uMugabe uthe labo abamgxekayo bazojeziswa.

INational Liberation War Veterans’ Association ithe kumele athathe umhlala phansi uMugabe, yagxeka yena ngesimo somnotho esibhedayo yaphinde yamtshela ukuthi ngeke imeseke okhethweni oluzayo lwango-2018.

Funda nalolu daba: Uboshelwe ukushaya umlingisi osolwa ngokulala nesoka lomunye usaziwayo

UMugabe uthe lo mbutho usudinga ubuholi obusha.

Bayanga abantu abaphikisana nohulumeni ngemuva kwezinkinga ezilimaze umnotho zaholela ekutheni izisebenzi zikahulumeni, okubalwa kuzona namasosha, baholelwa sekudlule isikhathi.

UMugabe utshele isixuku sabalandeli beZanu-PF ukuthi usazimisele ngokuhlala kulesi sikhundla.

- ANA

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.