Umunyu udokotela nomhlengikazi besha nemoto engozini eNewcastle

2018-02-05 13:59

eThekwini - UMnyango wezeMpilo kwaZulu-Natal usashaqekile ngesigameko sokushona kukadokotela kanye nomhlengikazi.

Laba bashone engozini yemoto eyenzeke ngeSonto ekuseni emgwaqeni uHospital, eNewcastle.

Ngokusho kwalo Mnyango, lo mhlengikazi kanye nalo dokotela bebenobudlelwano, umhlengikazi ubengumama wengane yalo dokotela futhi enezinyanga ezintathu ezithwele.

OLUNYE UDABA:Ingozi iphazamisa ukuhamba kwezimoto eMpumalanga

Lo dokotela odabuka eNelspruit, ungomunye walabo abaqeqeshelwa ubudokotela eCuba.

Udokotela ubeqeqeshewa umsebenzi esibhedlela saseMadadeni kanti kuthiwa imoto abebehamba ngayo iphaphalaze yayoshayisa isihlahla.

Laba bashe bangqongqa nemoto kule ngozi ngemuva kokuthi igqamuke amalangabi ngemuva kokushayisa, kubika iNewcastle Advertiser.

Izindaba zokushona kwalaba ziza ngemuva kokushona kukaDkt Sakheni Ncube fobesebenzela eDundee Hospital, obengcwatshwa ngoMgqibelo e-Ermelo.

Washona ngemuva kokuhamba namanzi ezikhukhula ngesikhathi kunesiphepho esinamandla eDundee. 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/Africa
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.