Umyeni ugwaze umkakhe ngoba enqabe benze ucansi

2016-08-16 14:30

Nyeri – Owesifazane oneminyaka engu-26 ubudala ungeniswe eNanyuki Teaching and Referral hospital ngemuva kokugwazwa ngumyeni wakhe ngoba enqabe ukuba benze ucansi.

UNancy Gatwiri ugwazwe esihlathini ngezansi kwendlebe ngumyeni wakhe uStephen Karanja ngemuva kokunqaba ukuba benze ucansi nakuba sekuphele isikhathi esingangonyaka bahlukena.

UGatwiri uthe umyeni wakhe weminyaka emihlanu ubefuna abuyele ekhaya, waze wahlawula ngezimbuzi ezintathu emndenini wowesifazane ngokuwudelela.

Funda nalolu daba: Injabulo umndeni ubona ingane yawo kwabathunjwa

Lo mama wezingane ezimbili uthi umyeni wakhe waziletha izimbuzi waxolisa, umndeni wavuma ukumxolela kodwa umcimbi ubuzokwenziwa emasontweni amabili ezayo.

Kodwa kuthe ngesikhathi besedolobheni laseNanyuki, uKaranja wacela ukuba beqashe ihhotela ukuze bezokwenza ucansi kodwa lona wesifazane wanqaba, ethi abalinde kuze kudlule umsebenzi.

Kuthiwa wacasuka wagcina ngokumgwaza ngokuhamba kwesikhathi.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.