Umzanyana usindise impilo yengane ebinenkinga yesibindi

2017-02-04 18:34

Jackson – Impilo yengane yentombazane enezinyanga ezingu-16 ubudala yaseNew Jersey isindiswe umzanyana wayo, ongumfundi wase-University of Pennsylvania oyinikelele ngesicubu sesibindi.

UKiersten Miles ubenamaviki amathathu azana nomndeniwengane uTalila ngesikhathi ethola ukuthi ingane uTalia unesifo esibucayi esingagcina simbulele uma engatholi ozonikela ngesibindi.

OLUNYE UDABA: Uboshiwe ogwaze isoka elinqabe ukwenza i-threesome

Efuna ukusiza ingane futhi azi ukuthi igazi lakhe elingu-O lingasiza, owesifazane oneminyaka engu-22 ubudala ube esenza ucwaningo ngokunikela ngezicubu zomzimba.

Ithimba lezempilo lomndeni lazise uMiles ngesimo angazithola esengene kusona naye uma enganikela ngesibindi.

"Ngeke ngiphinde ngikwazi ukunikela empilweni yami,”usho kanje.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.