Umzingeli wakuleli ugxotshwe yizindlovu washona eZim

2017-05-21 15:02

Harare – Abezamahlathi eZimbabwe bakuqinisekisile ukuthi kushone umzingeli waseNingizimu Afrika ogxotshwe yizindlovu waze washona ngaseHwange entshonalanga yezwe, kusho umbiko ngeSonto.

Oyibamba lomkhulumeli weZimparks, uSimukai Nyasha, uthe lo mzingeli onguTheunis Botha, “ungene emhlambini wezindlovu ebezisanda kuzala” eGwayi ngoLwesihlanu zase zimgxoba waze waphuma umphefumulo, kusho iphephandaba laseBulawayo, iSunday News.

UBotha kubikwa ukuthi ubezingela nekilayenti lakhe ngesikhathi eficwa ukufa.

Isidumbu sakhe siyiswe emakhazeni akhelene nendawo yesigameko eHwange Colliery Hospital, ngokusho kombiko.

OLUNYE UDABA: Ubaba ubaleke washiya izingane ebona indlovu

Alokhu egeleze njalo amazwi enduduzo ezinkundleni zokuxhumana kulandela ukushona kukaBotha.

Inhlangano yaseZimbabwe, iKuronda Safaris ithe: "Bekumnandi kakhulu ukwazana noTheunis obeyindoda eqotho nenamancoko. Sizomkhumbula kakhulu ngezindaba zakhe abesixoxela zona ekhempini.”

USimon Sparks uthe: "Umuthi omkhulu uwile kepha ngeke uze ulibaleke. Kusizwisa ubuhlungu obukhulu ukuvalelisa ku-Oom Theunis Botha. Siyakhalisana kakhulu nomndeni wakhe, sengathi uNkulunkulu angaba nawo kulesi sikhathi esinzima.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.