Uncengelwa emakilabhini aphesheya oxoshwe yiChiefs

2017-06-18 15:15

Durban – Uzanyelwa umsebenzi phesheya kwezilwandle uSiyanda “Magazi” Xulu osanda kukhonjwa indlela yiKaizer Chiefs.

IChiefs imemezele ukuthi ichitha abadlali abangazange bayisize ngalutho ngesizini eyedlule.

Abadlali okuzonqanyulwa izinkontileka zabo kungabalwla uXulu, uLucky Baloyi, Lewis Macha noCamaldine Abraw.

Nokho kusanokudideka ngalolu daba njengoba kuthiwa iChiefs ibingakafinyeleli esivumelwaneni nabaphathi bala badlali, kubika ILANGA LangeSonto.

OLUNYE UDABA: USiyanda Xulu usolwa ngokutshela izimbangi ngohlelo lweqembu

Nokho leli phephandaba lithole ukuthi abaphathi bakaXulu bamatasa bamzamela amadlelo aluhlaza phesheya kwezilwandle.

“UXulu kungenzeka alibhekise e-United States of America kumbe eRussia lapho eke wadlala khona phambilini njengoba abaphathi bakhe bemzamela khona.

“Kodwa-ke kungenzeka adlale nakuleli njengoba ekhona amakilabhu akhombisa ukumfuna. IPlatinum Stars neBloemfontein Celtic ngamanye amakilabhu okuthiwa asibhekile isimo sakhe neChiefs,” kusho umthombo oncikene kakhulu nalo mdlali.

Imizamo yokuthola uPaul Mitchell, okunguyena ophethe izindaba zikaXulu, iphunzile njengoba ucingo kwakhe beluvaliwe kwaze kwashaya isikhathi sokuloba lolu daba.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.