Uncishwe ibheyili owashayisa wabulala amaphoyisa omgwaqo

2018-02-10 11:04
(Robert McKenzie, KwaZulu-Natal EMS)

(Robert McKenzie, KwaZulu-Natal EMS) ((Robert McKenzie, KwaZulu-Natal EMS))

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

eGoli -  Owesilisa owashayiwa wabulala amaphoyisa amabili omgwaqo edolobheni laseGoli unqatshelwe ibheyili.

U-Albert Pretorius, 41, kuthiwa waphaphalaza ngeveni lakhe washayisa amaphoyisa eJMPD ngesikhathi esebenza emgwaqeni uWitkoppen Road.

Kuthiwa lo mshayeli wayebudlonyile ngesikhathi kwenzeka lokhu, kanti kwalimala nabanye abashayeli abebevinjwe ngamaphoyisa.

Lo mlisa ubheke namacala amabili okubulala ngokungenhloso kanye nelokushayela ephuzile.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe owesilisa ngelokudlwengulwa kwengane, 9

Abammeli bakhe bathi wayengaphuzile kodwa yawephuze umuthi onezinga elikhulu lotshwala.

Yize kunjalo inkantolo ithi izimpawu zomgwaqo zazibonakala futhi nomgwaqo uqondile kanti futhi namalambu asemgwaqeni abekhanya kahle nokusho ukuthi amaphoyisa lawa ayebonakala.

Inkantolo yamukele ubufakazi bokuthi uPretorius wayephuzile ngakhoke yamnqabela ibheyili.

Icala lizoqhubeka ngomhlaka 29 Mashi 2018, kubika iThe Citizen.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.