UNdlozi uxwayise umfundisi weDoom, "i-EFF iyeza"

2016-11-22 07:30

Johannesburg - Lowo ongaconsi phansi esibhudeni, uMbuyiseni Ndlozi, usexwayise umphrofethi we-Doom wathi "Khumbula umphrofethi wenyoka".

Izithombe zikaLethebo Rabalago efutha abazalwane ngomuthi osetshenziselwa ukubulala izinambuzane ngesikhathi kuqhubeka inkonzo yomthandazo ngempelasonto eMount Zion General Assembly, zisabalale ngokushesha ezinkundleni zokuxhumana.

Lo mphrofethi oneminyaka engu-24 ubudala evikela isenzo sakhe uthe abantu bafika kuye besezinhlungwini abafuthe ngeDoom balapheke.

OLUNYE UDABA: Umfundisi usebenzise iDoom 'ukukhipha abazalawane amadimoni'

Abakhiqizi beDoom, iTiger Brands, baxwayise ngokuthi isenzo salo mfundisi sinobungozi njengoba lo muthi wakhelwe ukubulala izinambuzane.

"Isenzo salo mfundisi siyakhathaza kakhulu kanti sifuna ukucacisa ukuthi akuphephile ukufutha abantu ngeDoom ebusweni," kusho le nkampani.

Ngemuva kokuba i-EFF ibhale enkundleni yezokuxhumana uTwitter ukuthi ngeke ithule ibukele kuhlukunyezwa abantu abamnyama, uNdlozi ubhale kuTwitter wathi "Umphrofethi weDoom ubengakezwa yini ukuthi kwenzakalani kumfundisi wenyoka? Ayikho ke inkinga! I-EFF iyeza."

Okubhalwe wuNdlozi KuTwitter:

   - SABC

- TimesLive

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.