UNdunankulu uthi oKlebe bebenza umsebenzi wabo begasela ehhovisi lakhe

2018-03-09 07:30

Johannesburg - UNdunankulu waseNorth West uSupra Mahumapelo usephinde wakugcizelela ukuthi uzosebenzisana noKlebe uma sebenza uphenyo ngenkohlakalo nokukhwabanisa kuhulumeni wakhe kulesi sifundazwe.

UMahumapelo ubambe isithangami sabezindaba ngoLwesine ekuseni kulandela ukugasela koKlebe ehhovisi lakhe nawoMnyango weziMali esifundazweni.

OKlebe bagasele emahhovisi kulandela izinsolo ngomkhonyovu owabakhona kumathenda anikezwa i-ICT nguhulumeni waseNorth West.

OLUNYE UDABA: Kuxwayiswa ngesimo sezulu esingesihle namuhla eKZN

OKlebe bathi imiqulu eshaqiwe izosiza benze uphenyo ngempumelelo ngezinsolo zokukhwabanisa nenkohlakalo eminyangweni kahulumeni eyahlukene kulesi sifundazwe.

Uthi uma kukhona abathintekayo enkohlakalweni nasekukhwabaniseni kumele abomthetho badlale indaow yabo, kubika iSABC.

Uphinde wathi bayaweseka umsebenzi owenziwa oKlebe ngoba benza umsebenzi wabo, akumele kubeyinto emangalisayo le ebonakele.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.