Unenkinga yomkhaba usaziwayo, akakhulelwe

2016-07-10 14:02

Johannesburg - Isihlabani sikamabonakude esiphinde sibengumlingisi weZabalaza, uNonhle Thema usezinhlelweni zokunciphisa umkhaba.

Ngeledlule, uNonhle ngesikhathi ekwiComedy Central Roast Battle abantu babebuzana bodwa ukuthi ngabe ukhulelwe yini futhi.

Kodwa sekuvele ukuthi cha akakhulelwe, futhi kumanje useqalise ukujima ngenxa yomkhaba.

Umthombo, owawuhambele lo mcimbi, wawuzibuza ukuthi: “Ngabe ukhulelwe?”

Isisu sakhe sibukeka sengathi unezinyanga ezine ezithwele.

Funda nalolu daba: 'Ibhekene nezinkinga iBig Nuz'

Omunye wabangani baNonhle bakhulu ukuphikile ukuthi uNonhle kungenzeka ukuba usekhulelwe futhi.

“Akakhulelwe. Uhlale esejimini ezama ukuncipha.”

“Ukube ubekhulelwe ngabe ngiyazi.”

Ecelwa ukuba aphawule, uNonhle utshele iSunday Sun ukuthi:  “Cha, angikhulelwe.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.