Ungase wehle ngo-R1 uphethiloli ngezayo - AA

2016-07-29 14:30

Cape Town – Abashayeli bangase bathi ukuphefumula kancane njengoba kuqagulwa ukuthi uphethiloli ungase wehle ngo-R1 ngo-Agasti, kusho i-Automobile Association.

Le nhlangano isho kanje ngoLwesihlanu kulandela umbiko ongahloliwe weCentral Energy Fund (CEF).

Udizili wona ungase wehle ngemali elinganiselwa ku-70 cents ilitha, kuthi uphalafini wona wehle ngemali elinganiselwa ku-66 cents, kuqagela i-AA.

OLUNYE UDABA: Uyanyuka futhi uphethiloli ngesonto elizayo

"Lokhu kungexa yokukhuphuka kwamandla erandi, njengoba belingu-R15.70 uma liqhathaniswa neDollar ekupheleni kukaMeyi, manje selimi ku-R14.20."

I-AA iqhube ngokuthi ukwehla kukaphethiloli akuncikile nje kuphela emandleni erandi, kepha nokungenyuki kwamanani kawoyela ezimakethe zomhlaba nakho kunomthelela.

Ukwehla kukaphethiloli kuzoba yizindaba ezimnandi kubashayeli njengoba isimo somnotho singesihle.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.