Ungene obishini olale nebhungu ephathini yendodakazi

2016-07-05 17:31

Bogotá – Owesifazane ongumama uzifake obishini ngemuva kokwenza izinto ezethusayo ephathini yengane yendodakazi yakhe eneminyaka engu-16 ubudala, kubika i-UK Metro.

URachel Lenhardt, okuyisakhamuzi esineminyaka engu-36 ubudala saseColumbia, sivumele izingane ukuba ziphuze utshwala zibheme insangu ephathini, waphinde wadlala nazo umdlalo wokukhumulana izingubo basale nqunu.

URachel, ofundisa u-Sunday school futhi ongumama wezingane ezinhlanu, kuthiwa uphinde wenza ucansi nomfana oneminyaka engu-18 ubudala endlini yangasese.

Funda nalolu daba: Isigebengu sizidubule 'induku'sithi sibamba inkunzi

Kuthiwa lo mama uphinde wathatha amathoyizi ocansi, ‘wazimeteza, ngawo phambi kwezingane ethi usa’qh*nyelwe’, kubika iThe Sun.

ULenhardt ngeke agqunywe ejele, kodwa ugwetshwe izinyanga ezingu-12 walengiselwa, waphinde wahlawulisa imali engu-$600 ngesenzo sakhe.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.