Ungeniswe esibhedlela kukubi oshiywe yindoda ebaleke nomamfundisi

2017-05-28 09:12

Durban - Ululamela esibhedlela owesimame oshiywe yindoda enyamalale nomamfundisi.

Lo wesimame onguthisha uthi sekuphelecishe amasonto amathathu umyeni wakhe ongumzalwane futhi ocula umculo wokholo enyamaele nenkosikazi yomfundisi engumphrofethikazi.

Kuthiwa banyamalele bethi bavakashela phesheya ngenxa yebandla kanti banamanga bazihambela nalo mzalwane.

OLUNYE UDABA:'Umfundisi ushaye umzalwane obehamba emhleba'

Lo wesimame ungeniswe esibhedlela eNtabeni ngenxa yokugula emoyeni. Uthi umyeni wakhe umkhubazile emoyeni ngalokhu akwenzile.

Ekhuluma nabeSolezwe uthe: “Ngibuye ngilahlekelwe umqondo ngento angenze yona.Emuva kweminyaka engu-28 sashada engakaze angigile ngalolu hlobo.

Lo mama uthi lomphrofethikazi wayenokubameme ukuba bezocula esontweni nokuyilapho bajwayelana khona.

“Ngelinye ilanga wafika ezocela ukuba ngimgadele izingane ngoba besiqala ukujwayelana,” kuqhubeka yena.

Uthi indaba yonakala ngesikhathi ethola izithombe zakhe kwiselula yomyeni wakhe.

“Ekuqaleni wayethumela izithombe evule imilenze kuvele idilozi. Ekuhambeni kwesikhathi umphrofethikazi wayethumela izithombe ezinqunu.

Ngamxwayisa umyeni wami ngalokhu ngamcela ukuba azisuse lezi zithombe efonini yakhekodwa kwanhlangana zimuka nomoya,” kusho yena.

Umfundisi okuthiwa ubalekelwe wunkosikazi uthe naye usakhathala wuyena yingakho eseze waphonsa ithawula.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.