Ungeniswe esibhedlela odutshulwe ebanjwa inkunzi

2017-01-24 13:01

Cape Town – Kudutshulwe owesifazane ngoLwesibili ekuseni esigamekweni okusolwa ukuthi ubebanjwa inkunzi ekhoneni likaBuitengracht noBloem Street, eKapa.

Lokhu kuqinisekiswe ngamaphoyisa aseWestern Cape.

Lo wesifazane uhlaselwe umsolwa ngesikhathi ehlezi emotweni yakhe wafika wafuna izimpahla zakhe ngaphambi kokumdubula, kusho okhulumela amaphoyisa aseWetsern Cape u-André Traut.

OLUNYE UDABA: Kubanjwe inkunzi izithandani zaseGermany kuleli

Lesi sigameko senzeke ngezithuba zabo-06:22.

Lona wesifazane uphuthunyuswe esibhedlela.

Ngemuva kwesigameko, umsolwa ube esekhala amaphepha.

Amaphoyisa aphenya icala lokuzama ukubulala nokuphanga, kusho uTraut.

Bekungakaboshwa muntu.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.