UNgqongqoshe akafikanga emhlanganweni obubizwe yi-ANC

2016-07-13 10:02

Johannesburg - UNgqongqoshe wezokuXhumana uFaith Muthambi akazange afike emhlanganweni obubizwe yi-ANC ngenhloso yokumbuza ngezinkinga eziseSABC.

Kubikwe ukuthi uMuthambi akazange afike emhlanganweni wekomidi lezokuxhumana eqenjini elibusayo ngoMsombuluko.

UJackson Mthembu ngesonto eledlule wacela ukubanomhlangano noMuthambi ukuze ezochaza ngesinqumo seSABC sokungasakazi izindaba zemibhikisho enodlame.

Funda nalolu daba: Kuqalile ukuqulwa kwecala lezithandani ezatholakala nezidumbu zezingane

UMthembu waphinde wagxeka uMuthambi nesikhulu seSABC uHlaudi Motsoeneng.

UMthembu uthe yonke imibuzo kumele idluliselwe kunobhala we-ANC uGwede Mantashe.

"Lolu daba sesiludlulisile. U-SG uzokhuluma ngalo,” usho kanje, kubika iSowetanLive.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.