UNgqongqoshe ucele ukuba abantu bonge imali ngamaholidi

2016-12-01 13:30

Howick - UNgqongqoshe wezokuThuthikiswa koMnotho eKZN usenxuse amakhasimende ukuba asebenzise kahle imali.

USihle Zikalala ubekhuluma ngemuva kokwethula umkhankaso wokongiwa kwemali eHowick eKZN Midlands ngoLwesithathu.

UZikalala uxwayise amakhasimende wathi awaqaphele ngemali ayisebenzisayo - ikakhulukazi ezintweni ezingenasidingo – waphinde wathi abantu kumele bagweme ukusebenzisa imali ngokweqile.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe umshushisi ngawokukhwabanisa

Uthe nakuba sekuyinyanga yamaholidi kaKhisimusi, amakhasimende kumele aqaphele njengoba irandi lithwele kanzima kulezi zinsuku.

"Sigqugquzela abantu ukuba bayihlelele kahle imali ngalesi sikhathi. Kodwa futhi imali bayisebenzise ezintweni ezibalulekile. Ngakho kumele siqinisekise ukuthi sisebenzisa imali ngendlela efanele,” kusho ungqongqoshe, kubika i-ECR.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.