Ungqongqoshe ugxeke ukubulawa komshayeli webhasi

2016-08-16 19:06

Durban - UNgqongqoshe wezokuThutha nokPheha koMphakathi KwaZulu-Natal uMxolisi Kaunda ngoLwesibili ugxeke ukubulaw akomshayeli webhasi eMgungundlovu.

ULindelani Gwala udutshulwe wabulawa ngesikhathi eshayela ibhasi ebigcwele ichichima amagibeli.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe umshayeli webhasi ethwele abagibeli e-KZN

UGwala ushonele endaweni yesigameko ibhasi yayoma egcekeni lomuzi womuntu. Nguye yedwa odutshuliwe ebhasini.

UKaunda ugxeke ukubulala wakuchaza ngokuthi kuwubulwane futhi kuyishwa.

"Asihambisani nalesi senzo esiwubulwane, sicela amaphoyisa ukuba asheshe ngophenyo ukuze ezoboshwa umbulali.

"Umbulali kufanele aboshwe abhekane nomthetho ukuze nathi sizothola imbangela yesenzo sakhe mase sithatha izinyathelo ezingqala zokugwema isigameko ukuba singaphinde senzeke," usho njalo.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.