Ungqongqoshe uKaunda ukhalisane umndeni wowashiselwa emotweni

2018-03-19 14:01

UMgungundlovu - UNgqongqoshe wezokuThtutha nokuVikeleka koMphakathi uMxolisi Kaunda ubengomunye walabo abebehambele umgcwabo kaSiyabonga Ngcobo, eNanda, izolo.

UNgcobo wayengumshayeli we-Taxify, kanti wabulawa njengengxenye yodlame oluqhubekayo kule mboni yalolu hlobo lwamatekisi.

Kwaba nomunyu ngesikhathi kuvela ukuthi washiswa ephila etekisini ayeyishayela.

OLUNYE UDABA:Ungqongqoshe ukhalisane nomndeni womgwedli wase-KZN

Lesi sigameko senzeka ePitoli emasontweni adlule.

Kulo mngcwabo obuseNgoqokazi bekukhona noNgqongqoshe wezoKuphepha koMphakathi eGauteng, uSizakele Nkosi-Malobane.

Lezi zikhulu ziduduze umndeni kaNgcobo, ikakhulukazi umama wakhe, uZandile Mbonambi.

 - KZNEYETHU

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.