UNgqongqoshe usenxuse ukuba kungaphazanyiswa ukuhlolwa kwabafundi emanyuvesi

2017-10-26 12:27

Johannesburg – UNgqongqoshe weMfundo ePhakeme uHlengiwe Mkhize usecele zonke izinhlaka ukuba zivumele uhlelo lokubhalwa kwezivivinyo luqhubeke njengoba isimo siya ngokushuba ezikhungweni zasemanyuvesi ngodaba lwamanani okufunda.

Abafundi base-University of Cape Town (UCT) baphazamise ukubhala kuleli sonto, bebhikishela ukwenyuswa kwamanani okufunda ango-2018, befuna nokuba kukhishwe umbiko wekhomishini omayelana nokuthi ngabe imfundo yamahhala ezikhungweni eziphezulu ingabakhona yini ezweni.

Babalelwa kwabangu-46 abafundi base-University of the Free State asebeboshiwe kusukela ngoLwesine olwedlule, kulandela umbhikisho omayelana namelai yokufunda.

"Kubona bonke ubunzima, sicela kodwa ukuba izivivinyo ziqhubeke. Ukungabhali izivivinyo kusho ukuthi abafundi bayekelela konke lokho abakusebenzele kanzima unyaka wonke,” kusho uMkhize kwiNews24.

OLUNYE UDABA: Abafundi bakhathazekile ngokubhalwa kwezivivinyo

UMkhize, oqokwe ngesonto eledlule, uthe ubengakaziboni naye izincomo ezenziwa yikhomishini.

Ngo-Agasti, uMengameli Jacob Zuma wathi usawufundisisa umbiko ngemuva kokunikezwa wona. 

UMkhize uthe luseqhulwini udaba lwemali yokufunda, wathi unethemba lokuthi uzowuthola kungekudala umbiko ukuze ezokhuluma ngento ayaziyo nalabo abathintekayo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.