UNgqongqoshe uthe 'abantu abamnyama' abafuni ukukhokha intela

2017-02-03 16:00

Harare – UNgqongqoshe wezeziMali eZimbabwe, uPatrick Chinamasa, kubikwa ukuthi uthe abantu abamnyama abanamabhizinisi abafuni ukukhokha imali yentela kodwa bayafuna uhulumeni abahlinzeke ngezidingongqangi.

UChinamasa ukusho lokhu ngesikhathi ephonsela inselelo amalungu ePhalamende ukuba abeke etafuleni izindlela ezingasiza uhulumeni akhuphule imali engenayo, kubika iNews Day.

UNgqongqoshe ubekhuluma namalungu ePhalamende ngesikhathi kunenkulumompikiswano ngesabelomali kuleli sonto.

OLUNYE UDABA: IZimbabwe ifuna ukuhlaba izinkomo ezingu-150 ngookuzalwa kukaMugabe

"Uma ungafuni ukukhokha imali yentela, siyacela ungalokhu ukhala ngezidingo ongazitholi. Abantu abamnyama abasemabhizinisi amancane abafundi ukukhokhiswa intela.

“Uma umuntu omnyama ethatha izintambo ebhizinisini, akabe esafuna ukukhokha intela,” kucashunwe uChinamasa esho kanje.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.