UNgqongqoshe uvikela u-R260m owanikwa amakhansela angakhethwanga okhethweni

2017-05-18 16:00

Cape Town – UNgqongqoshe wezokuBusa ngokubaMbisana kanye nezindaba zoMdabu, uDes van Rooyen, usekuvikele ukukhokhwa kwemali engu-R260m eyakhokhelwa labo ababengamakhansela nabahlulwa okhethweni lohulumeni basekhaya ngonyaka odlule, wathi zonke izisebenzi ezimele uhulumeni ziyakhokhelwa imali ewulolu hlobo.

UVan Rooyen ukusho lokhu ngesikhathi ephendula abezindaba ngoLwesine ekuseni ngaphambi kokuba ethule isabelomali soMnyango wakhe eSishayamthetho sikaZwelonke.

“Kusukela ngokhetho lohulumeni basekhaya, sesibone amakhansela amasha engena ehhovisi ukuzovala izikhala ezingacishe zibe ngu-5 000 zabangazange babuye.

OLUNY UDABA: Sesinikele enkantolo isikhulu esaxoshelwa ukubhikisha ngoZuma

“Kulokhu, iningi lamakhansela angabuyi afanelekile kuze kube manje asekhokhelwe imali ekhokhelwa umsebenzi ekupheleni komsebenzi, okucishe kufinyelele enanini elingu-R260m.”

Ebuzwa ukuthi angakusekela kanjani ukukhokhwa kwale mali ekubeni kunobubha obudlangile ezweni kanye nenqwaba yomasipala abadonsa kanzima ngenxa yezinkinga zezimali, uVan Rooyen uthe abasebenzi abamele uhulumeni komasipala bakhokhelwa imali engaphansi kunabakwezinye izindawo.

Ngokolwazi lwakamuva lwe-remuneration commission olwashicilelwa ngomhlaka-11 kuNovemba, izimeya zihola u-R1.24m ngonyaka, osomlomo bomasipala kanye namasekela ezimeya u-R1m, amalungu ekomiti lemeya, osihlalo bemikhandlu kanye nosotswebhu u-R940 680, bese kuthi amakhansela wona ahole u-R540 031.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.