UNgqongqoshe uvikela ukududulwa kwabathole u-20% kuMaths

2017-01-06 14:32

Johannesburg – UNgqongqoshe weMfundo eyisisekelo, u-Angie Motshekga, usesivikele isinqumo soMnyango sokududulelwa ebangeni elilandelayo kwabafundi abathole u-20% esifundweni seMathematics.

“Besibuyela kumgomo omdala wokuthi uma ngabe uziphase zonke izifundo zakho, akudingeki ukuthi uze uphase i-Maths njengombadela wokudlulela ku-Grade 10, ngoba ukusuka ku-Grade 9 uya ku-10 akudingeki ukuthi uphase ngo-100%, uyavunyelwa ukufeyila esisodwa [isifundo],” kusho uMotshekga.

OLUNYE UDABA: #MatricResult2016: Izikole ezithole 0% KwaZulu-Natal

UNgqongqoshe ubekhuluma emcimbini wokuklomelisa abafundi ababaqwaqwade bonke emakhanda eGauteng nobuseDaveyton.

Uthi lo mgomo ubuvele ukhona, kodwa ubungabavumeli abafundi abafeyile iMaths ukuba badudulelwe ebangeni elilandelayo.

Kodwa-ke uNgqongqoshe uthi lo mgomo wokududulwa kwabafundi usebenza ngaphansi kombandela wokuthi abafundi kumele baziphase zonke ezinye izifundo. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.