UNgqongqoshe uzohambela eyokufihlwa kwabashona esibhicongweni setekisi eKZN

2017-08-26 09:59

Durban – Abantu abangu-19 abashona engozini yetekisi KwaXimba esifundazweni saKwaZulu-Natal bazofihlwa kanye kanye ngoMgqibelo.

Itekisi elayisha abantu abangu-16 yayithwele abantu abangu-26 ngesikhathi igingqika ngempelasonto edlule.

Itekisi kukholakala ukuthi yayingakulungele ukuba semgwaqeni.

OLUNYE UDABA: Inyunyana nenkampani yezimayini bafinyelele esivumelwaneni samaholo

UNgqongqoshe wezokuThutha uJoe Maswanganyi uzobe eyingxenye yenkonzo yomngcwabo kanye nezinye izikhulu zikahulumeni wendawo.

Inkonzo yomngcwabo izobanjelwa eNkosi Manzolwandle Sports Field, khona KwaXimba.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.