UNgqongqoshe uZulu uyaziqhelelanisa nezinsolo zokudlwengula

2017-08-29 11:07

Johannesburg – UNgqongqoshe wezokuThuthukiswa kwamaBhizinisi amancane uLindiwe Zulu uziqhelelanisile nemibiko ethi umngani wakhe ‘wadlwengula’ owesifazane osemncane.

“Lolu daba aluhlangene nakancane noNgqongqoshe uZulu,” kusho uMnyango wakhe esitatimendeni ngoMsombuluko.

Usomabhizinisi uSazi Fakude kuthiwa wathatha owesifazane oneminyaka engu-25 ubudala eSandton nightclub wabe eseyomdlwengulela endlini yakhe ekuseni ngoMsombuluko odlule, kubuka iCity Press ngeSonto.

OLUNYE UDABA: Onogada babaleke bazikhiyela egumbini labo kuqhunyiswa i-ATM

Amaphoyisa akuqinisekisile ukuthi kuvulwe icala lokudlwengula.

UMnyango uthi kuyacaca ukuthi izinhloso zephephandaba ukungcolisa igama likaNgqongqoshe, kanye nokwenza kubukeke sengathi akawakhathalele amalungelo abesifazane.

Uqhube wathi uZulu akasoze ahambisana nokuhlukunyezwa kwabesifazane. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.