'UNgqongqoshe wavimbela ukumiswa kwesikhulu kwa-Eskom'

2017-11-15 07:04

Parliament – Lowo owaqashelwa ubuyisa isithunzi sakwa-Eskom emphakathini utshele amalungu ePhalamende ukuthi izikhulu eziphezulu, uMatsheka Koko no-Anil Singh, yibona ababengcolisa igama lale nkampani kahulumeni.

Okhulumela ibhodi lakwa-Eskom uKhulani Qoma wethule ubufakazi bakhe ngoLwesibili ePhalamende, wathi uNgqongqoshe wezamaBhizinisi kaHulumeni uLynne Brown wazama ukuvimbela ukumiswa kukaKoko.

UKoko wagcina emisiwe kulo nyaka kanti ubhekene nokuqondiswa izigwegwe ngemuva kokuvela kwezindaba ezithi indodakazi yakhe angayizali yayingumqondisi wenkampani eyathola ithenda ka-R1 billion kwa-Eskom.

Ngaphambi kokuba amiswe, uKoko wayelokhu esematheni ngezinsolo ezingezinhle kule nkampani.

OLUNYE UDABA: Sekushone owesilibili kulandela ukusha kwemisi eThekwini

Engxongxweni abanayo ohlelweni iCarte Blanche ngo-2016, uKoko wakuphika ukuthi u-Eskom wanikeza inkampani yakwaGupta imali engafinyelela ku-R600 million ngaphambi kokuba iqale ukwenza umsebenzi.

UQoma utshele iKomidi lezemisebenzi kaHulumeni ePhalamende ukuthi uKoko wadicilela phansi isithunzi sakwa-Eskom.

“Waqamba amanga kwi-Carte Blanche.”

UQoma uthe usihlalo webhodi kwa-Eskom, uBen Ngubane, kwase kusele kancane amise uKoko ngasekuqaleni konyaka, kodwa kwangenelela uBrown.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.