UNgqongqoshe weluleke abashayeli njengoba kuza amaholidi ePhasika

2018-03-20 13:59

Johannesburg - UNgqongqoshe wezokuThutha uBlade Nzimande uthi iziphathimandla zomgwaqo zizoqapha kakhulu abashayeli abahamba ngesivinini esiphezulu, abalibala wucingo nabashayela bedle amanzi amponjwana kula maholidi ePhasika.

UMnyango ubuseHeidelberg emgwaqeni omkhulu u-N3 namuhla ekuseni wethula umkhankaso wezokuphepha ngamaholidi.

Kwashona abantu abangaphezu kwabangu-200 ngesikhathi samaholidi ngonyaka odlule.

OLUNYE UDABA:Umnyango wezokuthutha uthi izingozi zingagwemeka ngokushayela kahle

Ku-N3 amaphoyisa omgwaqo amise izimoto azisesha, kanjalo nama-license disk nokuthi ngabe izimoto zisesimweni esikahle yini sokuhamba emgwaqeni.

UNzimande uthe amaphoyisa azobonakala kakhulu emigwaqeni evame ngezingozi ukuze kuqinisekiswe ezokuphepha.

"Sizophinde sisebenzisane kakhulu namaphoyisa ombutho we-SAPS."

Kodwa uthe into eyinkinga wukuthi ukuphepha kwamaphoyisa omgwaqo kusengozini.

"Iphoyisa elihlola imoto enezibhamu noma izidakamizwa lisengozini kakhulu."

Ungqongqoshe ubekhuluma nabashayeli ngesikhathi kwenziwe isivimbamgwaqo ebeluleka.

 - Twitter:

 - EWN

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.